Lifestyle

Ziwuqhude manikiniki kowe-SAMA Awards eThekwini

ZIBONDIWE emiklomelweni ebizwa ngeSouth African Music Awards (Sama) okungeyama-22 emcimbini ozoba mhlaka 4 Juni e-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC) eThekwini.

Idide amajaji ekaMsholozi noShenge kowe-Poetry Slam

KUBENZIMA ngesikhathi amajaji sekufanele akhiphe imiphumela yonqobile emqhudelwaneni wosonkondlo obuphakathi kukaThuli Zuma noThando Buthelezi obuseBat Centre eThekwini ngeSonto.

ICF ilwa nokungaqasheki kwentsha eMpumalanga

IMPUMALANGA Cerion Foundation (ICF) okuyinhlagano esiza intsha ngokuvundulula amathuba emisebenzi, inxusa zonke izinhlangano nezinkampani ekufukuleni lomkhankaso.

Sekubalwa izinsuku ngekhonsathi likaNicki Minaj

SEKUBALWA izinsuku ezimbalwa ukuba kuqale indumezulu  yekhonsathi  lesihlabani somculo weRap neHip Hop saseMelika uNicki Minaj eliseMoses Mabhida Stadium  eThekwini ngeSonto.

Obemuliswa ufisa amantombazane abukele kuye

“NAKUBA usuthole isikhiye ngokuthi sikukhulise, usengaphansi komthetho wabazali. Ngiyakubonga njengomntwana ukuthi uziphathe kahle kwaze kwafika lesi sikhathi uzigcinile.”
Top