Entertainment

Ziwuqhude manikiniki kowe-SAMA Awards eThekwini

ZIBONDIWE emiklomelweni ebizwa ngeSouth African Music Awards (Sama) okungeyama-22 emcimbini ozoba mhlaka 4 Juni e-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC) eThekwini.

Idide amajaji ekaMsholozi noShenge kowe-Poetry Slam

KUBENZIMA ngesikhathi amajaji sekufanele akhiphe imiphumela yonqobile emqhudelwaneni wosonkondlo obuphakathi kukaThuli Zuma noThando Buthelezi obuseBat Centre eThekwini ngeSonto.

Sekubalwa izinsuku ngekhonsathi likaNicki Minaj

SEKUBALWA izinsuku ezimbalwa ukuba kuqale indumezulu  yekhonsathi  lesihlabani somculo weRap neHip Hop saseMelika uNicki Minaj eliseMoses Mabhida Stadium  eThekwini ngeSonto.

OweKwaito ufunde lukhulu ku-Dj Viddy

UMCULI osemncane weKwaito obevulela abaculi abadumile inkundla ezindaweni ezahlukene, uthi sesishayile isikhathi sokuthi angene agamanxe kulendima kaqedisizungu.

Luzogujwa ngeJazz olwezithandani eGroutville

LUZOGUJWA ngenye indlela olwezithandani eGroutville njengoba kulindeleke ukuba iHeels Over Head itheleke eLuthuli Museum eseGroutville ngeSonto ngo 2 ntambama.
Top