Sport

Zizobambana kuthule umoya kwi-Comrades Marathon yakulonyaka

UMJAHO waminyaka yonke nodume ngendlela eyisimanga iComrades Marathon ezosukela ePietermaritzburg kulonyaka ize iyophelela eMdubane, eDurban phela eliduma amagagasi, izoba lukhuni ukuyiqagula ukuthi ubani kahle-hle ozodla umhlanganiso.

Uzoshiya phakathi iComrades Marathon

OWANQOBA umjaho wodumo nokhula ngendlela eyisimanga iNelson Marathon ngo 2014 uThobani Chagwe wokuzalwa eBulwer eNkwezela uthi i-Comrades Marathon uzoyigijima kodwa angeke ayiqede.
Top