Entertainment

ITourism Indaba ihlomulise iKZN ngoR260 million

ITOURISM Indaba yaminyaka yonke yenzele isifundazwe saKwaZulu-Natali noMasipala weTheku izigidi ezilinganiselwa kuR260 ngalo mbukiso odonse izinsuku ezintathu e-Albert Luthuli International Conventions Centre eThekwini maduzane nje.
Top