News

Owe-ANCYL uzofihlelwa e-Escourt ngeSonto

UZOFIHLELWA  emathuneni  asekhaya  Escourt  uBongani “Usher” Mkhize  obeyilungu le-African National Youth League ( ANCYL)  oshone emva kokudutshulwa  ngabasolwa ababili, kubangwa  uR500  esigcemeni sakwa- V eMlazi ngoMgqibelo  ekuseni.

Kuvundululwe imboni yezidakamizwa eThekwini

‘Ngokwesitatimende samaphoyisa esikhishwe uKaputeni Nqobile Gwala okhulumela amaphoyisa akulesisiFundazwe, amaphoyisa atheleke kulendawo ngemuva kokulunywa idlebe ngezidakamizwa eziphuma eTanzania ebesisazohlanganiswa’
Top