Owesilisa owathi uyamazi lona wesifazane akasatholakali ocingweni – isibhedlela

Izihlobo zikaThobekile Cele bezingakatholakali. Isithombe: Sithunyelwe

AMAGAMA OKHULUMELA ISIBHEDLELA: “…. sonhlalakahle besibhedlela bebesenza uphenyo emva kokuba ngeviki eledlule kwafika owesilisa wathi uyisihlobo sikaThobekile Cele. Wabe eseshiya izinombolo zakhe zocingo wabe esethi uphindela emuva ukuyolanda udadewaboka Thobekile kepha akazange esabuya kanti futhi akasatholakali nasocingweni, usonhlakahle ubesasemzamweni wokuxhumana naye.”

Yilolu udaba olwaluthunyelwe yisibhedlela sase-Edendale:

MHLELI WEPHEPHANDABA

Isibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa izihlobo zikaThobekile Cele. Wabasengozini yemoto ezinyangeni ezimbalwa ezedlule wase ephazamiseka emqondweni. Akakwazi ukunikeza imininingwane mayelana nomndeni wakhe.

Sicela onolwazi athinte laba abalandelayo:

• U Mrs S. Mncube- Public Relations Officer ku 033-395 4020
• U Ms B. Sithole – Social Worker ku 033- 395 4188

Ngiyabonga

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Recommended Story x
Izohamba kahle ingqungquthela ye-ANC eKZN – Zikalala