Bavela enkantolo abasolwa ngokudla umhlaba

Ezithombeni kungesikhathi kungenela amaphoyisa nabezokuphepha kuMasipala ukuvimba ukuthathwa komhlaba

KULINDELEKE ukuthi bavele enkantolo kaMantshi namhlanje abantu abasolwa ngokuzithathela umhlaba ngokungekho emthethweni e Grange ku-ward 24. NgoLwesihlanu iqulu labantu libonakale lizisikela umhlaba ezindaweni ezahlukene ngaphansi kwale-ward. Kusize ukungenelela kwamaphoyisa kanye nabezokuqapha kuMasipala okuholele ekutheni kuboshwe abantu. Ukuthathwa komhlaba ngokungemthetho sekuqala ukubayinkinga kuMasipala uMsunduzi njengoba sekuze kwabunjwa ithimba elihlanganisa izazimthetho kanye nabezokuphepha.

  AUTHOR
Lethiwe Makhanya

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Uma unethalente, noma ngelani, sitshengise