Funda imiyalezo edabukisayo yezingane zikaSfiso zivalelisa kuyise

 

NGESIKHATHI umhlaba wonke usashaqekile ngokudlula emhlabeni kwesihlabani somculo wokholo uSfiso Ncwane, izingane zakhe  ezimbili zabafana ziloku ziyibhale njalo imiyalezo yokuvalelisa  kuyise.

ngweti ncwane

Eminye yemiyalezo ibonga uNcwane ngokuba ubaba oqotho nonothando bethembisa nokuthi bazomunakekela umama wabo u-Ayanda Ncwane.

ncwane ncxwane

UNcwane udlule emhlabeni ngoMsombuluko ekuseni ngemuva kokuba nenkinga yezinso kanti uzofihlwa ngoMgqibelo eThekwini ngemuva kwenkonzo yakhe ezoba sezinkundleni zemidlalo

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Kukhalakathele iloli emzini KwaDabeka