Kuhlukene imibono ngofike ehamba ngamabele Eyadini

 

KUHLUKENE imibono ngesithombe sowesifazane ofike endaweni yobumnandi Eyadini eMlazi, nalapho  efake ingubo eyisisefo eveza wonke amabele.

Lo msindo usuke ngemuva kokuba Eyandini befake izi thombe ezinkundleni zabo zokuxhumana u-Instagram kanye no-Facebook. Lona wesifazane igama lakhe kungu-Andiswa Luthuli  nabye ubezifaka le zi zithombe zakhe kanye nabangani bakhe ngesikhathi bezozijabulisa kulendawo ngempelasonto.

Eyadini no bra

Wena ngokwakho uthini umbono wakho ngalesitayela sokugqoka?

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Recommended Story x
BUKA: Intsha igubha usuku ngokukhethekile eMlazi