Usemtholile uNomvula wakhe uNathi

 

UNathi Mankayi owaduma ngeculo  lakhe u’Nomvula’  useveze ukuthi useshadelwe kanti futhi sekuphele isikhathi esingangonyaka eshadelwe.

Ngokubika kwe  Sunday World  uNathi uveze ukuthi  useqede isikhathi esingangonyaka eshadelwe usomabhizinisi waseKimberly esifundazweni sase-Northern Cape.

Iqhube  yathi uNathi nonkosikazi wakhe baba  nomcimbi wabo omncane womshado ekhaya lika Nathi e-Eastern C ape.

UNathi uveze  ukuthi impilo yasemshadweni imphethe kahle kanti futhi bafunda ukukhula ndawonye nonkosikazi wakhe.

 

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Isexwayiso ngesifo iBlack Death