Besikhona ngempelasonto

UNKSZ Zama Ntuli uphinde wamukeliswa isitifiketi somhlonyane nguNksz Zamani Shozi ongumhloli wezintombi eMangangeni ngaKwaNdengezi Isithombe: Sithunyelwe.

ITHIMBA likaBesikhona Ngempelasonto Sokutshela blihambele  uNksz Zama Ntuli (21) waseLuganda ngaphandle kwasePinetown ngesikhathi  enzelwa umhlonyane ngoMgqibelo.

Lapho uphinde wamukeliswa khona isitifiketi sokuzihlonipha njengentombi nto kuze kushaye lesi sikhathi.

UNkk Zafika Sithole ongumphathi walezi zintombi zasePinetown 2 ngokwezindawo udlulise okukhulu ukubonga nokukhuthaza ezinye izingane ukuba zigcine ubuntombi bazo kuze kushaye isikhathi somendo.

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Recommended Story x
Ziwaphi kule mpelasonto?