Yiba yingxenye yombukiso we -House & Garden Show

 

 

UMCIMBI wombukiso omkhulu wase -KZN uzoletha izinto namadili amasha futhi ajabulisayo okumele ube nawo.

Kusukela  ngomhlaka 1 Julayi kuya mhlaka 10 e Durban Exhibition Centre, umcimbi we-ECR House & Garden Show uzothula isigaba esisha esizokwenza ukuthi ihanjelwe futhi iyisehlo esingajwayelekile, kwa Max’s Lifestyle shisa nyama,futhi kube khona umcintiswano wokuwina ukutshalwa kwezimali zekhaya e Blythedale Coastal Resort.

Kuzobe kukhona abapheki bosaziwayo nabakwazi ukuzilungisela izinto ezibonakalayo nendawo yokudlala yezingane elingana no-400sqm eyenziwe abakwa- Wild Adventures.Lombukiso uzobe unesikhala elinganiselwa ku-30,000sqm sinezinto zasendlini ezijabulisanayo ukuzibonakalayo. Ithikithi lokungena u R85, R60 abantu abadala kuthi abangaphansi kweminyaka engu-12 kuzoba mahhala, kuthiwa uzokwazi ukuzovakasha kuzezinsuku ezingu-10.

Izinsuku zomcimbi:                                                          1 – 10 July 2016

Izikhathi zomcimbi:        uMsombuluko – Lwesine 10 ekuseni – 9 ntambama | uLwesihlanu – Mgqibelo  10 ekuseni – 10 ebusuku | ngeSonto ekuseni – 8 ebusuku

Imali yokungena:             R85 abadala| R60 abadala (abangaphezu kwa 60) futhi abafundi   (balethe ikhadi le-student ID) | abangaphansi kwa- 12 bangena mahhala (nomuntu omdala) | R50 mase ushayile u-5 ntambama wonke umuntu omdala, abempesheni nabanfundi

Indawo :                                           Durban Exhibition Centre, 11 Walnut Road

Thola imininingwano futhi ulandele ku:  www.housegardenshow.co.za | facebook.com/housegardenshow | twitter.com/HouseGardenShow

  AUTHOR
Thobile Zwane

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Zitike ngejazz nomaskandi eBat Centre