KUDUTSHULWE  USIHLALO WEGATSHA LE-ANC E-EDENDALE

 

KUDUTSHULWE uSihlalo wegatsha lika-ANC e-Edendale  ka-Ward 12 izolo ngoLwesithathu. UMnu Nathi Hlongwa udutshulwe  izolo ebusuku eMbali.

UHlongwa udutshulwa  nje kusaqhubeka iiznkinga ku Ward 12 njengoba nangoMsombuluko umphakathi wakulendawo kade uvale umgwaqo ukhala ngokuthi awulifuni ikhansela lale ndawo uMnu Sboniso Majola. UHlongwa udutshulwe amahlandla angu 11 .

Okhulumela amaphoyisa eMgungundlovu uSergeant Mthokozisi Ngobese usiqinsekile isigameko wathi amaphoyisa asaqhubeka nophenyo.

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Izokhipha icwecwe i-Anointing Praise yaseMgungundlovu