Kufunwa odukile

UThabisile Dlamini

UDlamini wagcina ukubonwa umkhwenyana wakhe mhlaka 20 kuMashi 2016 ngabo 4 ntambama ngesikhathi ehamba ekhaya.

Okhulumela amaphoyisa esifundazweni uLieutenant Nqobile Gwala uthe umndeni kaDlamini wahamba egqoke isikibha esimhlophe, ebhulukwe le-tracksuit eliGrey kanye nama-sandals abomvu. UGwala uthe uDlamini unesibazi esikhulu edolweni langakwesokunxele.

Ongaba nolwazi ngomkhondo wakhe angaxhumana noWarrant Officer Rams Ramphul ku 079 500 1251 okanye ashayele iCrime Stop number ku 08600 10111.

 

Latest News

COMMENTS

Top
Recommended Story x
Kufunwa oduke eMtuba