Idonsa kanzima iTeam of Choice yaseKZN

Mondli Cele

Amagoli eMaritzburg ashaywa ngu Thamsanqa Teyisi ngomzuzu ka 42, kanti elesbili lashawa u Evans Rusike ngomzuzu ka 48,Umqeqeshi akanemeneze ngendlela okjqhubakalayo ngayo.

“Kulandela ukulahlekelwa umdlali wethu uMondli Cele nje izinto azihambi kahle abadlali basaphatheke kabi kodwa kulimaza iqembu lokhu naye uSlomo akuyona into abengayithokozela le eyenzeka kwi kilabhu.
Nginethemba lokuthi sisengenza kahle kwi mdlalo elandelayo,” kusho uClive Barker.

Umdlalo olandelayo ophakathi kwayo iMaritzburg ne Platinum Stars ngo Mgqibelo eHarry Gwala Stadium ngo 20h15.

  AUTHOR
Tracy Makhanya

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
UMasipala uxolisa ngolukadoti eMlazi