Amaphoyisa aseMlazi acela ukufuniswa othunjiwe

odukile owaziwa ngela USandile Khehla “Small” Ngcongo oneminyaka ewu-24 kwa M eMlazi.

Kuthiwa wagcina ukubonwa esigcemeni sakwa M kwa Joe ngomhlaka 27 Novemba 2015. Okhulumela amaphoyisa aseMlazi u Warrant Officer Bhekithemba Ngcobo uthi lona odukile waduka egqoke amateku abomvu.

Kuvulwe icala lokuthunjwa esiteshini samaphoyisa eMlazi futhi umsolwa oyedwa uboshiwe ejele lase Westville.

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Sibi isimo eClermont ngothisha osolwa kwelokudlwengula abulale umfundi.