Umlazi Awards ngezithombe

KUHLONISHWE izinkakha emikhakheni eyahlukene emcimbini wezindondo Umlazi Awards ohlelwe inhlangano yamaciko Umlazi Art,Culture & Tourism ehholo eMlazi Cinema ngempelasonto.

Izinkakha ezihlonishiwe kubalwa uBrian Thusi umculi weJazz, Dumisani Dlamini odume ngelika Mbodla, Mlamuli Buthelezi oyisikhulu esiphezulu kwa Transnet, Slindile Nodangala owayedume ngo Mam’ Ruby kwi Generations nabanye.

Abaphumelele emkhakheni weBest Kwaito uMables noMashikisha, Best Dj uGukwa, Best Gospel Group African Gospel nabanye. Kukhona nesekela lemeya uNks Nomvuzo Shabalala.

  AUTHOR
Sabelo Ngema

Latest News

COMMENTS

Top
Recommended Story x
Isixwayiso ngezikhukhula