BHEKA IZITHOMBE : Kushade owoKhozi FM

BEKUKUHLE kudelile kushada umdidiyeli wohlelo lwasekuseni emsakazweni uKhozi FM iVuka Mzansi uSma Mbatha ngempelasonto obebopha ifindo likasofa silahlane noCalvin Mojalefa eFree States.

Lomshado ubuhanjelwe osomabhizinisi, osopolitiki abalingisi kanye nabasakazi. Phakathi kwabo bekukhona umholi wekhokhasi yeqembu le-DA eThekwini uZwakele Mncwango kanye nongumngani kaSma weminyaka uTerry Phetho obeyimpelesi enkulu.

Bheka izithombe : 

 

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Amaphoyisa asiqaphe ngelokhozi isimo eMolweni