Sport

Ama-Sharks adle iNamibia eKing Zwelithini

KUQOPHEKE umlando eMlazi kudlala ibhola lombhoxo enkundleni yezemidlalo iKing Zwelithini Stadium kwa D ngenkathi kutholene phezulu iCell C Sharks XV nabafana baseNamibia kumqhudelwano weCurrie Cup ngempelasonto.

Idonsa kanzima iTeam of Choice yaseKZN

Izinto azihambi kahle kwi qembu laKwaZulu Natal, iMaritzburg United njengoba lihlezi emsileni kwi Log ye Absa Premiership ngamaphuzu angu (8) kulandela ukushawa iKaizer Chiefs ngo 3-2 ngempelasonto e FNB Stadium.

Kungenwa mahhala ezinkundleni kowe -U19

Bazogibela mahhala abafundi ezitimeleni zakwa Metro Rail uma zifake imfaniswano yesikole ngesikhathi semidlalo ye Durban U19 Football Tournament.
Top