Sport

Lena yintsha yama-Swagg ezimisele nebigcotshwa

Kugqugquzelwe impilo kowe-UCASADA Fitness Club

KWETHULWE ngokusemthethweni Umzansi Community Arts Sports And Development (Ucasada) Fitness Club yokuzivocavoca ngenhloso yokugqugquzela umphakathi waseMlazi ngokuzigcina uphilile. Lenhlangano esungulwe ngo-2009 kuhloswe ngayo ukuthuthukiswa kwamakhono ezemidlalo nobuciko emphakathini. Isikhulu salenhlangano uSakhile Madonsela uthi inhloso ye-Ucasada wukusebenzisana neminyango kahulumeni ukuze isize ukuvala igebe eliphakathi komphakathi nohulumeni. “I-Ucasada yenzelwe ukuthuthukisa umphakathi ukuze ukwazi ukuthola izidingo ngqangi zomphakathi…

maritzburgsunpubliceyelooklocal.co.zaAutodealer.co.za
Top