Galleries

Kube nokudideka ngengoma ehlukanise unyaka

KUDUMALE izinkumbi zabathandi bobumnandi abahlukanisele unyaka eMoses Mabhida emcimbini we Fact Durban Rocks sebezwa ukuthi akuyona ingoma kaDJ Bongs ehlukanise unyaka.

Kugujwe usuku lwe-Heritage eMshiyeni

Abahlengikazi no dokotela esibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial bagubhe usuku lwamasiko kanye neziguli eziphila nokukhubazeka emqondweni ehholo lesibhedlela ngeledlule. Kumenywe nezikhulumi zosuku phakathi kwazo obekukhona nenyanga yodumo uMnuz Mkhuluwe ”Zihlahla zemithi” Cele (80) nomphathi wesibhedlela ekhona uDkt Sandile Tshabalala. Izithombe: Sabelo Ngema
Top