Ugu

Amathiphu kwabengele iBig Walk 5km

ABAGQUGQUZELI be-Discovery East Coast Radio Big Walk bathi konke sekumi ngononina ngalomjaho waminyaka yonke ozosukela eShaka Marine uphelele ePeople’s Park eMoses Mabhida Stadium ngoMeyi 22.

Kufunwa odukile

AMAPHOYISA asePort Shepstone acela ukufuniswa uThabisile Brightness Dlamini (33) waseMerlonwood.

OwasePhilani uzocula kwi-Uvukile Gospel Festival

USEZOBONAKALA kaningi umculi wokholo uSenzo Mlotha ezinhlelweni zomculo wokholo ezikumabonakude ngoba ematasa ngokusabalalisa i-albhamu yakhe yesibili ethi “Ngithwale”.

Idedele impama imeya kwashuba

UPHELE sekuncinza izihlathi umhlangano we-African National Congress (ANC) eHarding, njengoba uDixie Nciki imeya kamasipala waseMuziwabantu ivulele impama kwelinye lamalunga.
Top