News

Abantu base-Afrika mabesekane kwezamabhizinisi

IZIHAMBELI zengqungquthela ye-18 ye-African Rennaissance yamazwe ase-Afrika ebise-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC) eThekwini ngoMsombuluko, zithenjiswe imali yokuqeqeshelwa ezamabhizinisi nokusungula awazo.

Uzoshiya phakathi iComrades Marathon

OWANQOBA umjaho wodumo nokhula ngendlela eyisimanga iNelson Marathon ngo 2014 uThobani Chagwe wokuzalwa eBulwer eNkwezela uthi i-Comrades Marathon uzoyigijima kodwa angeke ayiqede.

Kuzozuza izinhlangano ezisiza imiphakathi

NJENGOBA sekusele  izinsuku ezimbalwa kugijinywe umjaho iComrades Marathon ngeSonto mhlaka 29 May  abe-Comrades Marathon Association (CMA) baqinisekisile ukuthi kunezinhlangano eziyisithupha ezizosekwa.

Kunikelwe abahlaselwe izimvula

IMEYA yeTheku ibonga osamabhizinisi abezinkampani abazimele nezinhlangano ezingatholi nzuzo ukuze basize imindeni ethintekile kuthiwa u-Al Imdaad unikele ngomatilasi abangu-100 nezingubo zokulala.

maritzburgsunpubliceyelooklocal.co.zaAutodealer.co.za
Top