Entertainment

ElaseMlazi lizongenela iSing Off SA

IQEMBU lomculo wohlobo lwe-Acapella elibizwa nge-Intokozo Males Singers eliculela esikoleni eZwelibanzi High School lithi lihlele ukungenela umncintiswano wokucula obizwa nge- Sing Off SA.

“Uzokwelapha” iziguli usomahlaya odumile

USOMAHLAYA waKwaDukuza odumile, uHallo Comedia, uzoqalisa ngohlelo lokuvakashela izibhedlela ngenhloso yokulekelela iziguli ukuthi zisheshe zilulame, esebenzisa ukuhleka njengendlela yokwelapha.

Luzogujwa ngeJazz olwezithandani eGroutville

LUZOGUJWA ngenye indlela olwezithandani eGroutville njengoba kulindeleke ukuba iHeels Over Head itheleke eLuthuli Museum eseGroutville ngeSonto ngo 2 ntambama.

maritzburgsunpubliceye Autodealer.co.za
Top