Sport

Kubhekwe nezikhulu zebhola kwekaSiyabonga Nkosi Tournament

BANETHEMBA lokuba zingashintsha kakhulu izimpilo zabo abadlali bebhola lezinyawo eMajuba njengoba kuzobonakala nezikhulu zebhola kwimidlalo yeSiyabonga Nkosi Soccer Tournament edlalelwa eMadadeni esigcemeni sesibili. Badlala ngokukhulu ukuzimisela abadlali bebhola likanobhutshuzwayo njengoba isiqalile imidlalo yalesisihlabani esibalulwe ngenhla. Lemidlalo kulindelekee ukuba iphothulwe mhlaka 16 kuJuni 2014, isiqalile ukuba kuhlungwe amanye amaqembu. Kanti neqembu ebelengamele lemidlalo elaziwa ngokuthi yiSiyabonga FC…
U-Innocent Mdledle we Supersport United wayebanga noKnowledge Musona weKaizer Chiefs kowe-Absa Premiership ngonyaka odlule. Lamaqembu azotholana futhi koweNedbank Cu. Isithombe abakwaBackpagePix.

Hhayi ashubile ama-Quarter Finals e-Nedbank

IQINISO lithi imidlalo yama- Quarter Finals kulempelasonto izoshuba kakhulu futhi baningi abazophuka imimoya.Okubuhlungu ukuthi iKwaZulu Natali izobe imelwe iqembu elilodwa nje vo, iMaritzburg United. Abafana baseMgungundlovu, iTeam Of Choice izobhekana ekuhambeni neqembu lase- Free State -iAfrican Warriors e-Charles Mopeli Stadium ngaloMgqibelo (April 12). Noma i-Warriors iyiqembu elidlala  kwi-National First Division (NFD) kodwa izazi zithi liyingozana…
UThabo Matlaba we-Orlando Pirates edlula kuZaakier Williams we Santos emdlalweni weNedbank Cup e-Athlone Stadium, eCape Town ngoLwesihlanu isithombe abakwaBackpagePix

Amaqembu ase-KZN awalwele ukuvika izembe

MASIVUMENI nje sonke la KwaZulu Natali ukuthi ukuhlulwa kwamaqembu ethu kwi-Nedbank Cup njengamaZulu  neLamontville Golden Arrows sekuwumlando manje. Mhlawumbe abanye bethu bangavuma ukuthi kube yisibusiso ebesinganakekile ukuhlulwa kwethu kulomqhudelwano. Phela nakweziligi akukasimeli kahle-hle kanti amanye amaqembu angazibona edliwa yizembe ngasekupheleni kwesizini.USuthu ludliwelwe ekhaya kwaMashu ngo 4-1 yi-Bidvest Wits. Kanti naBafana Bes’thende bathelwe ngehlazo lika 4-1 eMlazi yi-Mamelodi…
Top