News

Ucishe wathola iqupha oweRoyal Progress

USINDELE amalungu kaKhongolose uTerence ‘Magembe’ Mokoena wenhlangano yeRoyal Loyal Progres lapho ebhudukezwa kanzima uKhansela Mangaliso Kubheka weqembu le-ANC.

Abantu base-Afrika mabesekane kwezamabhizinisi

IZIHAMBELI zengqungquthela ye-18 ye-African Rennaissance yamazwe ase-Afrika ebise-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC) eThekwini ngoMsombuluko, zithenjiswe imali yokuqeqeshelwa ezamabhizinisi nokusungula awazo.

ITourism Indaba ihlomulise iKZN ngoR260 million

ITOURISM Indaba yaminyaka yonke yenzele isifundazwe saKwaZulu-Natali noMasipala weTheku izigidi ezilinganiselwa kuR260 ngalo mbukiso odonse izinsuku ezintathu e-Albert Luthuli International Conventions Centre eThekwini maduzane nje.

maritzburgsunpubliceyelooklocal.co.zaAutodealer.co.za
Top