Galleries

IDundee July iwugubhe ngesitayela unyaka weshumi

Zibalelwa ezinkulungwaneni eziyishumi nesikhombisa izithameli ezihambele umjaho wamahhashi owaziwa ngeDundee July. Phakathi kwezitatanyiswa ebezikhona kubalwa abake baba ondunankulu bakulesifundazwe oDkt Sibusiso Ndebele noDkt Zweli Mkhize akade behambisana nomphathiswa wezeMidlalo nezokuNgcebeleka uNkk Ntombikayise Sibhidla-Saphetha. Lomncintiswano ubuqukethe izindathane zemali kanti ihhashi eliphume phambili u-All-Together owine uR41 000.
Bheki Cele

Ezikaqeda Isizungu

  Bheki Cele Ngizwa kuthiwa uMabhiza ubedansa aze akhase phansi kwi rally kaKhongolose ebingempelasonto eMgungundlovu. Ongazi ubengaze azitshele ukuthi usebuya ezinkambini zikaFaro kanti lutho ubezinamele nje uNdosi emuva kokuba abakwaMpisane bewine wonke amacala abebebhekene nawo okukhwabanisa. Hha! Ngizwile phela ukuthi abakwaMpisane bebethi uma bengaphumi phambili kulamacala iphathi yokuhlukanisa unyaka yamahhala bebengeke bayinuke uNdosi, ubezowuhlukanisa ekhaya…

maritzburgsunpubliceye Autodealer.co.za
Top