Usethathiwe umlingisi weSibaya

 

BASALE bencela izithupha abesilisa akade besazibheke kwintokazi elingisa emdlalweni Isibaya njengoba ibilethelwe umembeso ngempalasonto ekhaya layo eMlazi kwa-BB.

ULinda Mtoba odlala indawo kaZama Ngwenya kulomdlalo, ulethelwe  umembeso ngoMgqibelo isinqandamathe sakhe sakudala uSteven Meyer.

ULinda ufake izithombe zakhe zosuku olukhulu ekhasini lakhe la-Instagram nalapho kade ebonga khona umama wakhe esho nokuthi useqala   impilo entsha.

Lomcimbi ubuhanjelwe  nabanye abalingisi  okubalwa kubona noJessica Nkosi odlala  indawo kaQondi emdlalweni isibaya.

 

 

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

find your
dream home

looking for an
affordable
apartment

List your Property

It's easy in only three
simple steps...

find professional
services in
your area

Locate a business
operating in
your area

List your Business

Want more customers? They're online right now, searching for businesses like yours. Place your ad now...

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Bavale imigwaqo bekhala ngokunqamuka kwamanzi eZibovini, eMgungundlovu