Izikhukhula zivale  idolobha e-Newcastle

Ivalwe yonke imigwaqo engenela erenke yamatekisi aseNewcastle kulandela imvula enamandla esine ngaphezu kwezinsuku ezintathu esifundeni saseMajuba. Lokhu kuholele ekutheni amatekisi angabe esavunyelwa ukungena ngaphakathi erenki, kepha asepake ngaphandle kwayo. Amalunga omphakathi nawo abhukuda kuwona lamanzi njengoba lisaqhubeka nokuna.

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

Latest News

COMMENTS

Top
Recommended Story x
Bayavutha abasebenzi bakaMasipala waseNewcstle