Kushone oyedwa kwalimala abahlanu eMgungundlovu  

 

 

KUSHONE oyedwa kwathi abahlanui balimala kanzima ngesikhathi kutholana phezulu izimoto emgwaqeni uManning road eMgungundlovu ngempelasonto.

Ngokwemibiko yabezimo eziphuthumayo, ngesikhathi befika endaweni yesigameko bafike izimoto ezimbili,  abantu abane batholwe kwenye yalezi zimoto.  Abathathu kubona bathole ukulimala okujulile omunye yena watholwa eseshonile  enokulimala  okunzima.

Emotweni yesisbili kutholwe abantu ababli benokulimala okungekho kubi kangako.

Bonke abalimele balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuba baphuthunyiswe esibhedlela  ukuyothola okunye ukwelashwa.

 

 

 

 

find your
dream home

looking for an
affordable
apartment

List your Property

It's easy in only three
simple steps...

find professional
services in
your area

Locate a business
operating in
your area

List your Business

Want more customers? They're online right now, searching for businesses like yours. Place your ad now...

Latest News

COMMENTS

maritzburgsunpubliceyelooklocal.co.zaAutodealer.co.za
Top
Recommended Story
Kushone oyedwa kwalimala abane kuphenduka imoto eMgungungundlovu