Sikhumbula uSenzo Meyiwa owabulawa eminyakeni emibili edlule

 

NAMHLANJE  (ngoLwesithathu ) kuphela iminyaka emibili unozinti  weqembu lesizwe iBafana Bafanakanye ne-Orlando Pirates adutshulwa washona.

UMeyiwa wadutshulwa ngalolu suku ekhaya lalowo owayeyintombi yakhe uKelly Khumalo eVosslorus ngamadoda ayehlomile ngonyaka ka-2014. Seloku ashona umeyiwa  akukho muntu oseboshiwo kanti nermibiko yamaphoyisa ayikasho ukuthi banaye  umsolwa.  Ngemuva kwalesi  sigameko kwaboshwa owesilisa kodwa waphinde wadedelwa ngemnuva kokuba umbuso wathi abukho ubufakazi obanele.

Seloku kwenzeka lesi  sigameko uyise kaMeyiwa uMnu Sam Meyiwa uloku ekhale njalo ngobuhlungu abuzwayo ngokubulawa kwendodana yakhe kodwa kungaboshwa muntu. Ukhala nangokuthi umndeni wakhe uyalamba ekubeni   indodana yakhe yayiyiqhawe iphakamise isifundazwe saKwaZulu Natali kanye neNingizimu  Afrika yonke.

 

ULALE NGOKUTHULA MFOKA MEYIWA SOHLALA SIKUKHUMBULA

find your
dream home

looking for an
affordable
apartment

List your Property

It's easy in only three
simple steps...

find professional
services in
your area

Locate a business
operating in
your area

List your Business

Want more customers? They're online right now, searching for businesses like yours. Place your ad now...

Latest News

COMMENTS

maritzburgsunpubliceyelooklocal.co.zaAutodealer.co.za
Top
Recommended Story
Basacanasa ababulala ibamba likathishanhloko eLaduma