Ziwa e-People’s park nge-Durban day

Izihambeli ze-Durban Day ngangonyaka odlule bebejabule kanje. Isithombe: Sithunyelwe

SEKUBALWA izinsuku kufike usuku lokujabulisa umndeni nabangani olubizwa nge-HUAWEI Durban Day olugqugquzelwa yi-East Coast Radio olusePeople’s Park eMoses Mabhida Stadium ngeSonto.
Lo lusuku lungezinye ezibekelwe ukuchithwa nabathandiweyo bakho, ulalele umculo omnandi nabantu okuthokozisayo ukuhlala nabo. Lesi yisona sikhathi esingcono sokuvala impelasonto yakho.
Abaculi abazokwenza lo lusuku lube yilokhu ofisa lube yikho yiLocnville, u-AKA, uKyle & Shekinah, iBeatenberg, iTiMO ODV, uMatthew Mole, uNasty C neFreshly Ground.
Ungashiywa futhi ungakholwa wukuziphatha kahle kule likhonsathi ngoba ungazithola usuhlangana nezimbila zithutha.2
Amathikithi kaR200 ayatholakala kuma-computicket. Zihlinzeke ngazo zonke izidingo zepicnic bese ugwema ukuboshwa.
Shiya isambulela negazebo ekhaya ngoba akunandawo. Eminye imininingwane itholakala kwi-website ku: www.ecr.co.za

find your
dream home

looking for an
affordable
apartment

List your Property

It's easy in only three
simple steps...

find professional
services in
your area

Locate a business
operating in
your area

List your Business

Want more customers? They're online right now, searching for businesses like yours. Place your ad now...

Latest News

COMMENTS

maritzburgsunpubliceyelooklocal.co.zaAutodealer.co.za
Top
Recommended Story
Zitike kowe-ECR Huawei Durban Day