Kukhulelwe abafundi abangu 30 besikole esisodwa

Abafundi baseMasakhane High School eNdabayakhe Reserve.

Injongo enkulu yokuhambela kulesikole bekuwukuzoxwayisa abafundi ngobungozi bokukhulelwa imizimba yabo ingakakulungeli ukuthwala izingane.

Kubikwa ukuthi iMasakhane ibhekene nezinga eliphezulu lokukhulelwa kwabafundi njengoba bengu 30 abafundi abakhulelwe selokhu kuqale unyaka.

Bekhuluma nabafundi babaluleke ngezinhlelo umnyango wezempilo onazo ukuze bakwazi ukuzivikela futhi bafundiseke ngezinto ezithinta ezocansi.

Kanti umtholampilo iMabanga usuqale uhlelo lapho unikezela khona ngehora lonke kubantu abasha ukuba beze emtholampilo bezothola noma ngabe yiluphi usizo abaludingayo, baphinde bathole nokwelulekwa abakudingayo.

 

find your
dream home

looking for an
affordable
apartment

List your Property

It's easy in only three
simple steps...

find professional
services in
your area

Locate a business
operating in
your area

List your Business

Want more customers? They're online right now, searching for businesses like yours. Place your ad now...

Latest News

COMMENTS

maritzburgsunpubliceyelooklocal.co.zaAutodealer.co.za
Top
Recommended Story
Kugqugquzelwa abafundi ukuba bafunde ebusika