Kuqokwe umqondisi omusha wezokukhangisa e-Ushaka Marine World

UNksz Mpume Mthembu obekwe njengomqondisi omusha wozekukhangisa e-Ushaka Marine World. Isithombe:Sithunyelwe

Lomqondisi omusha wozokukhangisa wazalelwa eMlazi wakhulela eThekwini nase Mahlabathini. Uthi uthando lwakhe lokukhangisa, ukuhola, nokudlala indima njengelunga lebhodi i- for Morgan Advanced Materials (a division of Morgan Crucible plc), i- YMCA PMB and the Audit Committee for KZN Wildlife. Kuthiwa ekuqaleni komsebenzi wakhe wokumaketha, wathola ugqozi ngokumaketha kanye nezokuxhumana kwathi ngonyaka wesibili eseNyuvesi washintshela kwizifundo ze- CA (SA) wenza izifundo ezinkulu ze- Accounting ne Economics.

Kuningi okwenzeka nomkhankaso we-Village Walk Christmas, Dolphins enziwa i- Starlight ukuzijabulisa zinsuku zonke kuleli paki okuvavakasha izivakashi ngamaholide, kusho uMthembu Umqondisi omusha wozekukhangisa wase uShaka Marine World. Uthi abantu abazikhiphayo nabantu abangamakhasimende, ujabule ukujoyina ezinye zezinkampani zeTheku eyisakhiwo sodumo sezivakashi, lo msebenzi akazange azibone nangephutha eba ingxenye yawo.

“Lena bengayona ingxenye yohlelo lwami, kodwa UNkulunkulu ofune mina lana. Lokhu kungaphezulu ukuba umsebenzi kimi. Ngifuna ngampela ukwenza umehluko”, esho emamatheka.
UNksz Mthembu iziqu zakhe zihlanganisa: B Com,i- Post-Graduate Diploma in Business Management and an MBA.
Uthi uzimisele ngokuhola ithimba lakhe ukuthi lithuthukise amaphaki amahle ezwe,nokuyigcina igxile kuzivakashi nesikhathi esisodwa, ekugqugquzeleni iTheku liyingqayizivele.

Ngesikhathi sakhe sokuchitha isizungu uthi uyakujabulela ukufunda, wokujikeleza kokukuvakasha, kanye unokuchitha isikhathi nomndeni nabangane bakhe.

find your
dream home

looking for an
affordable
apartment

List your Property

It's easy in only three
simple steps...

find professional
services in
your area

Locate a business
operating in
your area

List your Business

Want more customers? They're online right now, searching for businesses like yours. Place your ad now...

Latest News

COMMENTS

maritzburgsunpubliceye Autodealer.co.za
Top
Next Story x
Kusolwa isivinini ngengozi enyantisayo eyenzeke eSweetwaters