Iyiphi ezohlukanisa unyaka?

NJENGOBA sesiwugoqa unyaka sekuyilesosikhathi sokuthi siphinde siqagele ukuthi kulezingoma ebezishisa izikhotha kulonyaka ingabe iyiphi esizobe sithi ‘Happpppii’ ngayo. Sihlanganise uhlu lwezingoma ezingu 10 ezihambe phambili kulonyaka nawe ungazikhethela ukuthi iyiphi ezozishaya zonke kulonyaka.

1. Black Coffee ft Nakhane Toure – We dance again

2. Nathi – Nomvula

3. DJ Merlon ft Mondli Ngcobo – Ubugingqigingqi

4. Sphectacula and DJ Naves ft Professor – KOTW Anthem

5. Professor ft Sdudla no Mathousand – Nguye lona

6. EMTEE – Roll Up

7. Big Nuz – Tsege Tsege

8. Thobekile – Wonderful Day

9. Heavy K ft Professor & Mpumi – Umoya

10. Dj Bongz and Sobz – Ofana nawe

 

  AUTHOR
Nokthula Khanyile

Latest News

COMMENTS

Top
Recommended Story x
Indali enkulu kwa-Makro