Akamondli uyise uDJ Cleo

UDJ odumile osedlala ibhola, owaziwa ngelikaDJ Cleo kubikwa ukuthi akamnakekeli ubaba wakhe ongenazo izinyawo ngoba wadivosa umama wakhe.

UMnuz. Samuel Monyepao ( 64) uveze ukuthi ayimufuni noma imubone indodana yakhe njengoba ingamuvakasheli njengoba  esanqanyulwa imilenze yomobili ngenxa yesifo sikashukela.

Lendoda ikhala ngokuthi nakuba indodana yayo ingusozigidi kodwa ayikaze imusize ngalutho kulenkinga ebhekene nayo.

UMnuz. Monyepao ubekhihla isililo ezicelela usizo endodaneni yakhe. “Ngicela ungisize ungitholele umlenze wokufakelwa, ukudla,izingubo kanye nombhede wokulala.Ngiyazi ukuthi unikela ngezimali ezishisiwe kwabanye abantu kodwa uyahluleka ukungithengela izinto engizidingayo

  AUTHOR
Intatheli ye-Eyethu

find your
dream home

looking for an
affordable
apartment

List your Property

It's easy in only three
simple steps...

find professional
services in
your area

Locate a business
operating in
your area

List your Business

Want more customers? They're online right now, searching for businesses like yours. Place your ad now...

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
Ayobolela ejele amadoda amamthathu abulala iphoyisa eMpumalanga