Ixoxwa ngezithombe eye-Ugu Jazz Festival

U-Ifani ebejabulisa izethameli ngey'ngoma ezimnandi ngoLwesihlanu kwi Ugu Jazz Pre-party ebise Marburg Sports Ground.

IXOXWA ngezithombe indaba ye Ugu Jazz Festival. Lomcimbi uthathe izinsuku ezine, ksukela ngoLwesine la ekube neComedy show, ngoLwesihlanu kwaba iPre-party, yalandelwa i-Ugu Jazz Festival main event yase ivalwa nge Bon Voyage Amstel Picnic ebinge Sonto.

Izethameli zilijabulele kakhulu lelidili, aziwuvali umlomo ikakhulukazi ngomculo we-The Soil, kuthiwa wonke umuntu ubebambe ongezansi.

 

  AUTHOR
Snaye Zulu

Latest News

COMMENTS

Top
Next Story x
UMasipala waseMdoni usuqoke ibamba-mphathi